November 7-13
IZAGA 27-31
INgoma 86 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“IBhayibheli Lichaza Umfazi Onekhono”: (10 imiz.)
IzA 31:10-12—Uthembekile (w15 1/15 20 ¶10; w00 2/1 31 ¶2; it-2-E 1183)
IzA 31:13-27—Ukhuthele (w00 2/1 31 ¶3-4)
IzA 31:28-31—Ungumuntu ongokomoya ofanelwe udumo (w15 1/15 20 ¶8; w00 2/1 31 ¶5, 8)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IzA 27:12—Singabonisa kanjani ukuthi sinokuqonda ngokuphathelene nezokuzijabulisa? (w15 7/1 8 ¶3)
IzA 27:21—Umuntu ‘uvivinywa kanjani ngokokudunyiswa kwakhe’? (w11 8/1 29 ¶2; w06 9/15 19 ¶12)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzA 29:11–30:4
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ngayinye, bese nixoxa ngamaphuzu avelele. Khuthaza abamemezeli ukuba bazakhele eyabo intshumayelo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Umyeni Wakhe Ngumuntu Owaziwayo Emasangweni”: (5 imiz.) Inkulumo enikezwa umdala.
Izidingo Zebandla: (10 imiz.) Okunye ongakwenza, xoxa ngezifundo ezitholakala e-Ncwadini Yonyaka. (yb16 40-41)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 3 ¶13-22, ishadi elithi “UJehova Wembula Injongo Yakhe Kancane Kancane” nebhokisi elithi “Ungokoqobo Kangakanani UMbuso Kuwe?”
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 108 Nomthandazo