October 24-30
IZAGA 17-21
INgoma 76 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Phishekela Ukuthula Nabanye”: (10 imiz.)
IzA 19:11—Hlala uzolile lapho uchukuluzwa (w14 12/1 12-13)
IzA 18:13, 17; 21:13—Qiniseka ukuthi uyazi kahle indaba (w11 8/15 30 ¶11-14)
IzA 17:9—Zithethelele ngothando iziphambeko zabanye (w11 8/15 31 ¶17)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IzA 17:5—Yisiphi isizathu esenza kubaluleke ukukhetha ezokuzijabulisa ngokuhlakanipha? (w10 11/15 6 ¶17; w10 11/15 31 ¶15)
IzA 20:25—Lesi simiso sisebenza kanjani lapho kuqonyiswene nasemshadweni? (w09 5/15 15-16 ¶12-13)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzA 18:14–19:10
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Hambisa isimemo semihlangano yebandla. (inv)
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) inv—Phetha ngokwethula i-video ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso?
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 57 ¶14-15—Siza ofunda naye ukuba athuthukise indlela agqoka nazilungisa ngayo emihlanganweni.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ukubuyisana Kuletha Izibusiso: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Ukubuyisana Kuletha Izibusiso. Yibe usubuza le mibuzo elandelayo: Yiziphi izinyathelo okufanele ngizithathe lapho ngiphazamisekile? Yiziphi izibusiso esizitholayo lapho sisebenzisa izAga 17:9 noMathewu 5:23, 24?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 2 ¶35-40, ibhokisi elithi “Ungokoqobo Kangakanani UMbuso Kuwe?,” neshadi elithi “UMbuso KaNkulunkulu—Uhulumeni Ongokoqobo” nelithi “Babekulungele Ukuzalwa KoMbuso”
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 144 Nomthandazo