October 10-16
IZAGA 7-11
INgoma 32 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ungayivumeli Inhliziyo Yakho Ukuba Iphambuke”: (10 imiz.)
IzA 7:6-12—Labo abantula ukuqonda bavame ukuchayeka engozini engokomoya (w00 11/15 29-30)
IzA 7:13-23—Izinqumo ezingahlakaniphile zingaholela enhlekeleleni (w00 11/15 30-31)
IzA 7:4, 5, 24-27—Ukuhlakanipha nokuqonda kuyosivikela (w00 11/15 29, 31)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IzA 9:7-9—Indlela esisabela ngayo lapho siyalwa isho ukuthini ngathi? (w01 5/15 29-30)
IzA 10:22—Sihlanganisani isibusiso sikaJehova osukwini lwethu? (w06 5/15 26-30 ¶3-16)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzA 8:22–9:6
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-g16.5—Memela umuntu emhlanganweni wangempelasonto.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-g16.5—Memela umuntu emhlanganweni wangempelasonto.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 176 ¶5-6—Memela ofunda naye emihlanganweni yethu.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Okushiwo Ontanga Yakho—Omakhalekhukhwini (IzA 10:19): (15 imiz.) Ingxoxo. Qala ngokudlala i-video ethi Okushiwo Ontanga Yakho—Omakhalekhukhwini Yibe usuxoxa ngesihloko esikuyi-jw.org/zu esihambisana nale video esithi “Yini Okufanele Ngiyazi Ngokuthumelelana Imiyalezo Ngomakhalekhukhwini?” Gcizelela amaphuzu angaphansi kwesihlokwana esithi “Amacebiso Ngokuthumela Imiyalezo.”
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 2 ¶13-22
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 152 Nomthandazo
Okufanele ukukhumbule: Dlala ingoma entsha kube kanye ngaphambi kokuba ibandla liyicule.