Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

October 3-9

IZAGA 1-6

October 3-9
  • INgoma 37 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ngayinye yentshumayelo esikiselwe, bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Khuthaza abamemezeli ukuba bahlanganyele ngokugcwele emkhankasweni womhlaba wonke wokumemela abantu emhlanganweni wangempelasonto.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 107

  • Izidingo Zebandla: (8 imiz.) Okunye ongakwenza, xoxa ngezifundo ezitholakala e-Ncwadini Yonyaka. (yb16 25-27)

  • Yenza Okuhle Kulabo Ababa Khona Emihlanganweni Yethu (IzA 3:27): (7 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso? Yibe usubuza indlela esingaba nesandla ngayo ekubonisaneni uthando eHholo LoMbuso, singagcini nje ngenyanga ka-October kodwa sikwenze njalo.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 2 ¶1-12

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 143 Nomthandazo