October 31–November 6
IZAGA 22-26
INgoma 88 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Qeqesha Umntwana Ngokwendlela Emfanele”: (10 imiz.)
IzA 22:6; 23:24, 25—Ukuqeqesha abantwana ngendlela kaNkulunkulu kubanikeza ithuba lokuba bajabule, baneliseke futhi babe abantu abadala abakwaziyo ukuzimela (w08 4/1 16; w07 6/1 31)
IzA 22:15; 23:13, 14—Emndenini, “induku” ifanekisela zonke izinhlobo zesiyalo (w97 10/15 32; it-2-E 818 ¶4)
IzA 23:22—Izingane esezikhulile zingazuza ekuhlakanipheni kwabazali bazo (w04 6/15 14 ¶1-3; w00 6/15 21 ¶13)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IzA 24:16—Lesi saga sisikhuthaza kanjani ukuba sikhuthazele emncintiswaneni wokuphila? (w13 3/15 4-5 ¶5-8)
IzA 24:27—Kufanele sisiqonde kanjani lesi saga? (w09 10/15 12 ¶1)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzA 22:1-21
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Ikhadi lokungena ku-JW.ORG—Shumayela ngokwethukela.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Ikhadi lokungena ku-JW.ORG—Beka isisekelo sempindelo bese uphetha ngokwethula i-video ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli?
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 179-181 ¶18-19
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ingabe Uwasebenzisa Kahle Amakhadi Okungena Ku-JW.ORG?”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video yentshumayelo esikiselwe bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Khuthaza abamemezeli ukuba bahlale bephethe amakhadi okuxhumana ambalwa.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 3 ¶1-12, kanye “Nengxenye 1—Iqiniso LoMbuso—Ukukhipha Ukudla Okungokomoya”
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 146 Nomthandazo
Okufanele ukukhumbule: Dlala ingoma entsha kube kanye ngaphambi kokuba ibandla liyicule.