“Qeqesha Umntwana Ngokwendlela Emfanele”
IzAga ziqukethe amacebiso awusizo kubazali. Njengoba nje ukugoba isihlahla esisesincane kuba nomthelela endleleni esikhula ngayo, izingane eziqeqeshwe kahle ziyothambekela kakhudlwana ekukhonzeni uJehova lapho sezikhulile.
-
Ukuqeqesha izingane ngendlela efanele kuthatha isikhathi esiningi nokuzikhandla
-
Abazali kumelwe babe yisibonelo esihle futhi izingane zabo kumelwe baziqondise, bazikhuthaze futhi baziyale ngokucophelela
-
Isiyalo siyindlela yokuqeqesha ebonisa uthando neqondisa inhliziyo kanye nengqondo yengane
-
Izingane zidinga ukuyalwa ngezindlela ezihlukahlukene