October 17-23
IZAGA 12-16
INgoma 69 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukuhlakanipha Kungcono Kunegolide”: (10 imiz.)
IzA 16:16, 17—Umuntu ohlakaniphile uyalitadisha iZwi likaNkulunkulu futhi alisebenzise (w07 7/15 8)
IzA 16:18, 19—Umuntu ohlakaniphile uyakugwema ukuqhosha nokuzidla (w07 7/15 8-9)
IzA 16:20-24—Umuntu ohlakaniphile usebenzisa ulimi lwakhe ukuze asize abanye (w07 7/15 9-10)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IzA 15:15—Yini esingayenza ukuze sijabule ngokwengeziwe ekuphileni? (g 11/13 16)
IzA 16:4—Kungayiphi indlela uJehova enza ukuba ababi bafeze “injongo yakhe”? (w07 5/15 18-19)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IzA 15:18–16:6
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Joh 11:11-14—Fundisa Iqiniso. Memela umuntu emhlanganweni wangempelasonto.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 3:1-6; Ro 5:12—Fundisa Iqiniso. Memela umuntu emhlanganweni wangempelasonto.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 191 ¶18-19—Memela ofunda naye emihlanganweni yethu.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Indlela Yokunikeza Impendulo Enhle”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Yiba Umngane KaJehova
—Lungiselela Impendulo Yakho. Yibe usucela izingane ezithile ukuba zize phambili uzibuze le imibuzo: Yiziphi izinyathelo ezine zokulungiselela impendulo? Kungani kungafanele siphoxeke ngisho nalapho singazange sinikezwe ithuba lokuba siphendule? ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) kr isahl. 2 ¶23-34
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 102 Nomthandazo