Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Okthoba 12-18

EKSODUSI 33-34

Okthoba 12-18

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Ubuntu BukaJehova Obuthandekayo”: (10 imiz.)

    • Eks 34:5—Ukwazi igama likaNkulunkulu kusho ukwazi izinjongo zakhe, izinto azenzayo nobuntu bakhe (it-2-E 466-467)

    • Eks 34:6—Ubuntu bukaJehova busenza sisondele kuye (w09 5/1 18 ¶3-5)

    • Eks 34:7—UJehova uyazithethelela izono zabantu abaphendukayo (w09 5/1 18 ¶6)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Eks 33:11, 20—UNkulunkulu wakhuluma kanjani noMose “ubuso nobuso”? (w04 3/15 27 ¶5)

    • Eks 34:23, 24—Kungani amadoda angama-Israyeli ayedinga ukholo ukuze agubhe imikhosi emithathu ngonyaka? (w98 9/1 20 ¶5)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Eks 33:1-16 (th isifundo 10)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo bese ubuza izilaleli le mibuzo: Ummemezeli ubonise kanjani ukuthi umBhalo usebenza kanjani? Ummemezeli umsize kanjani umninikhaya wacabanga ngomBhalo?

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni yangakini. (th isifundo 16)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe sewethula incwadi ethi Lingasifundisani, bese uqala isifundo seBhayibheli esahlukweni 2. (th isifundo 8)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU