Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Okthoba 19-25

EKSODUSI 35-36

Okthoba 19-25
  • INgoma 92 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 11)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usutshela umninikhaya ukuba angene kuwebusayithi yethu bese ushiya ikhadi lemininingwane ye-jw.org. (th isifundo4)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) bhs 26 ¶18-20 (th isifundo 19)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 68

  • Umbiko WeKomiti Yokunyathelisa Ka-2018: (15 imiz.) Dlala ividiyo. Yibe usubuza izilaleli le mibuzo: Yiluphi ushintsho inhlangano yethu eye yalwenza ezindleleni zethu zokunyathelisa, futhi kungani? Kusize ngani ukunciphisa izinto ezinyatheliswayo? Iyiphi indima ebalulekile edlalwa abahumushi ekukhiqizeni amaBhayibheli nezincwadi ezisekelwe eBhayibhelini? Ukutholakala kwezinto emafonini kanye nokukhiqizwa kwamavidiyo kulethe ziphi izibusiso?

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz. noma ngaphansi) ia isahl. 22 ¶1-13

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)

  • INgoma 148 Nomthandazo