Okthoba 5-11
EKSODUSI 31-32
INgoma 45 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Gwema Ukukhonza Izithombe”: (10 imiz.)
Eks 32:1—Ukubhekana nezimo ezinzima akumenzi umuntu abe nelungelo lokukhonza abanye onkulunkulu (w09 5/15 11 ¶11)
Eks 32:4-6—Ama-Israyeli axuba ukukhulekela kweqiniso nokwamanga (w12 10/15 25 ¶12)
Eks 32:9, 10—UJehova wawathukuthelela kakhulu ama-Israyeli (w18.07 20 ¶14)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Eks 31:17—Kungamuphi umqondo uJehova aphumula ngosuku lwesikhombisa lokudala? (w19.12 3 ¶4)
Eks 32:32, 33—Iyini incwadi kaNkulunkulu? Igama lomuntu lingabhalwa kanjani kuyo futhi lihlale libhaliwe? (w87 9/1 29)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Eks 32:15-35 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo bese ubuza le mibuzo: Yini ebonisa ukuthi ummemezeli uyisebenzise kahle imibuzo? Usibeke kanjani isisekelo sempindelo?
Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe sewethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo. (th isifundo 9)
Inkulumo: (5 imiz. noma ngaphansi) w10 5/15 21—Isihloko: Kungani UJehova Engamjezisanga U-Aroni Ngokwenza Ithole Legolide? (th isifundo 7)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Bubheke Njengobuyigugu Ubuhlobo Bakho NoJehova”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Vikela Ubuhlobo Bakho NoJehova (Kol 3:5).
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz. noma ngaphansi) ia isahl. 21 ¶1-12
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 73 Nomthandazo