Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU | EKSODUSI 31-32

Gwema Ukukhonza Izithombe

Gwema Ukukhonza Izithombe

32:1, 4-6, 9, 10

Kubonakala sengathi ama-Israyeli ayethonywe abantu baseGibhithe ukuba akhonze izithombe. Namhlanje ziningi izinhlobo zokukhonza izithombe, futhi ezinye zazo azibonakali kalula. Nakuba singase singazikhulekeli izithombe ngokuqondile, kodwa singase sizikhulekele ngokuvumela izifiso zethu zobugovu zisichezukise ekukhulekeleni uJehova ngomphefumulo wonke.

Yiziphi izinto engizenza nsuku zonke ezingangiphazamisa ekukhonzeni uJehova, futhi yini engingayenza ukuze zingangiphazamisi?