INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Septhemba 2018
Ongase Uxoxe Ngakho
Izingxoxo eziphathelene nendlela uNkulunkulu azizwa ngayo ngabantu.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
UJesu Wenza Isimangaliso Sakhe Sokuqala
Isimangaliso sokuqala sikaJesu sisenza siqonde ubuntu bakhe.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
UJesu Ushumayeza Owesifazane OngumSamariya
Ukuze axoxe nowesifazane uJesu, wasebenzisa umfanekiso wento lona wesifazane ayeyijwayele.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukuqalisa Ingxoxo Nabantu Ukuze Ukwazi Ukubashumayeza
Singawathuthukisa kanjani amakhono ethu okuqala ingxoxo nabantu esingabazi?
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Landela UJesu Ngezinhloso Ezinhle
Abanye abafundi baphatheka kabi futhi bayeka ukuhamba naye ngenxa yokuthi babelandela uJesu ngenxa yobugovu.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Akumoshwanga Lutho
NjengoJesu, singabonisa ukuthi siyazijabulela izinto uJehova asenzela zona ngokungamoshi.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
UJesu Wadumisa UYise
Into uJesu ayeyikhathalela kakhulu kwakuwukufeza umsebenzi ayewunikwe uJehova.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yiba Othobekile Nongazikhukhumezi NjengoJesu
Singamlingisa kanjani uJesu lapho sithola amalungelo noma sinikwa imisebenzi ethile ebandleni?