Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Akumoshwanga Lutho

Akumoshwanga Lutho

Ngemva kokuba uJesu ondle ngokuyisimangaliso amadoda angu-5 000, kanye nabesifazane nezingane, wayala abafundi bakhe: “Buthani izingcezwana ezisele, ukuze kungachithwa lutho.” (Joh 6:12) UJesu wabonisa ngokungakumoshi ukudla ukuthi uyazijabulela izinto uJehova amenzela zona.

Namuhla, iNdikimba Ebusayo ikulwela kanzima ukulingisa uJesu ngokuyisebenzisa kahle iminikelo. Ngokwesibonelo, lapho kwakhiwa indlunkulu yomhlaba wonke eWarwick, eNew York, abafowethu bakhetha ukusebenzisa ipulani lesakhiwo elalizokwenza ukuba bayisebenzise kahle iminikelo.

SINGAKUGWEMA KANJANI UKUMOSHA . . . 

  • lapho sisemihlanganweni yobuKristu?

  • lapho sithatha izincwadi esizozisebenzisa thina? (km 5/09 3 ¶4)

  • lapho sithatha izincwadi esizozisebenzisa enkonzweni? (mwb17.02 4 ¶1)

  • lapho sishumayela? (mwb17.02 4 ¶2, ibhokisi)