Septhemba 24-30
JOHANE 7-8
INgoma 12 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJesu Wadumisa UYise”: (10 imiz.)
Joh 7:15-18—Lapho uJesu enconywa ngezinto ayezifundisa, wayehlale esho ukuthi zazivela kuJehova (cf 100-101 ¶5-6)
Joh 7:28, 29—UJesu wathi wayethunywe uNkulunkulu, okubonisa ukuthi wayezithoba kuJehova
Joh 8:29—UJesu watshela labo ababemlalele ukuthi wayehlale enza izinto ezijabulisa uJehova (w11 3/15 11 ¶19)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Joh 7:8-10—Ingabe uJesu wayebakhohlisa abafowabo abangakholwa? (w07 2/1 6 ¶4)
Joh 8:58—Kungani la mazwi asekugcineni kuleli vesi ehunyushwe ngokuthi “ngase ngikhona” kunokuthi “nginguye,” futhi kungani lokhu kubalulekile? (iphuzu lokucwaninga elithi “ngase ngikhona,” elikuJoh 8:58, kuyi-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Joh 8:31-47
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yibe usummemela emhlanganweni.
Lapho Ubuyela Okwesithathu: (3 imiz. noma ngaphansi) Zikhethele umBhalo ozowusebenzisa, bese unika umninikhaya incwadi esifundisa ngayo.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) lv 9-10 ¶10-11
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Yiba Othobekile Nongazikhukhumezi NjengoJesu”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ngayinye.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 13 ¶16-26 nebhokisi * ek. 156
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 119 Nomthandazo
^ isig. 23 Ningase nikhethe ukungalifundi ibhokisi.