Okthoba 25-31
JOSHUWA 15-17
Ingoma 146 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Vikela Ifa Lakho Eliyigugu”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Jos 17:15, 18—Sazi kanjani ukuthi indawo yakwa-Israyeli wasendulo yayisemahlathini aminyene? (w15 7/15 32)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Jos 15:1-12 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Memela umuntu emihlanganweni yethu. (th isifundo 19)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 4)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lffi isifundo 01 iphuzu 6 nengxenye ethi Abanye Abantu Bathi (th isifundo 9)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Tshela Abanye Izindaba Ezimnandi Zokuthi Umhlaba Ongcono Usuzofika!”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo yengoma eqanjiwe ethi Sisezwen’ Elisha.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 15 ¶8-14
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 34 Nomthandazo