Okthoba 4-10
JOSHUWA 8-9
Ingoma 127 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Esikufundayo Endabeni YabaseGibheyoni”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Jos 8:29—Kungani inkosi yase-Ayi yalengiswa esigxotsheni? (it-1-E 1030)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Jos 8:28–9:2 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 2)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Nikeza umninikhaya isimemo semihlangano yebandla bese umbonisa ividiyo ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso? (kodwa ungayidlali). (th isifundo 11)
Inkulumo: (5 imiz.) it-1-E 520; 525 ¶1—Isihloko: Singafundani Esivumelwaneni UJoshuwa Asenza NabaseGibheyoni? (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yiba Ngothobekile (1 Pet. 5:5): (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Ngemva kwalokho, buza izilaleli le mibuzo: UPetru noJohane bazilandela kanjani iziqondiso zePhasika abazinikezwa nguJesu? Yisiphi isifundo esiphathelene nokuthobeka uJesu asifundisa ngobusuku bangaphambi kokuba afe? Sazi kanjani ukuthi uPetru noJohane bafunda okuthile kulokhu? Yiziphi izindlela ezingokoqobo esingabonisa ngazo ukuthobeka?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 14 ¶15-20
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 59 Nomthandazo