AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
UJehova Ubusisa Izenzo Zokholo
Izinqumo zikaJehova zingase zibonakale zingahlakaniphile ngokubona komuntu (Jos 3:12, 13; it-2-E 105; bheka isithombe esisesembozweni)
Amadoda amisiwe kumelwe abe isibonelo ekulandeleni iziqondiso (Jos 3:14; w13 9/15 16 ¶17)
UJehova uyababusisa abantu abenza izinqumo bengangabazi (Jos 3:15-17; w13 9/15 16 ¶18)
Lapho sithatha isinyathelo kuqala sokushumayela, uJehova uyasibusisa ngisho noma sikwenza sigula noma kunezinye izimo.