Septhemba 6-12
DUTERONOMI 33-34
Ingoma 150 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Phephela ‘Ezingalweni ZikaJehova Zaphakade’”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Dut 34:6—Iziphi izizathu okungenzeka zenza uJehova wangawabonisa ama-Israyeli ithuna likaMose? (it-2-E 439 ¶3)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Dut 33:1-17 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: IBhayibheli—2Ti 3:16, 17. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 1)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ngemva kwalokho, mnikeze incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese niqala isifundo seBhayibheli. (th isifundo 3)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Sebenzisa Incwadi Ethi Phila Kuze Kube Phakade! Enkonzweni Yakho”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Uyamukelwa Esifundweni Sakho SeBhayibheli. Uma sikhona isikhathi, yisho okutholakala kule ncwadi entsha. Bakhuthaze bonke ukuba batadishe isifundo ngasinye sale ncwadi noma basitadishe ekuKhulekeleni Komkhaya.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 13 ¶7-14 nebhokisi 13A
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 18 Nomthandazo