Okthoba 31–Novemba 6
2 AMAKHOSI 3-4
Ingoma 151 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Thatha Indodana Yakho”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Kh 4:38—Cishe ayengobani “amadodana abaprofethi”? (it-2-E 697 ¶2)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kh 3:1-12 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 17)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? (kodwa ungayidlali) (th isifundo 20)
Inkulumo: (5 imiz.) w13 8/15 28-29—Isihloko: Ungasilingisa Kanjani Isibonelo Sika-Elisha Sokuthobeka Enkonzweni Engcwele? (th isifundo 15)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Kuze Kube Yilapho Uvuko Lwenzeka Ngempela”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Kushona Umuntu Omthandayo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 25
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 139 Nomthandazo