Septhemba 5-11
1 AMAKHOSI 9-10
Ingoma 10 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Dumisa UJehova Ngenxa Yokuhlakanipha Kwakhe”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Kh 10:10, 14—Ibuphi ubufakazi obubonisa ukuthi ubuningi begolide iNkosi uSolomoni eyayinalo babungelona ihaba? (w08 11/1 22 ¶4-6)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kh 10:1-13 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: Isifundo seBhayibheli—Hu 37:29. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho ukuze uqale izifundo zeBhayibheli ngesikhathi somkhankaso. (th isifundo 1)
Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho ukuze uqale izifundo zeBhayibheli ngomkhankaso. Qalani isifundo seBhayibheli esifundweni 01 sencwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Thola Ukuhlakanipha Ongakusebenzisa Nsuku Zonke Ku-JW.ORG”: (8 imiz.) Ingxoxo. Khuthaza izilaleli ukuba zisebenzise i-jw.org lapho zifuna ukuhlakanipha okuseBhayibhelini ukuze zikwazi ukubhekana nezinselele zosuku nosuku.
Izidingo Zebandla: (7 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 18 amaphuzu 6-7, ukubuyekeza, ufundeni nomgomo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 106 Nomthandazo