Okthoba 24-30
2 AMAKHOSI 1-2
Ingoma 79 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Isibonelo Esihle Sokuqeqesha Abanye”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
2Kh 2:11—U-Eliya waya kuphi ngesikhathi “enyukela esibhakabhakeni ngesivunguvungu”? (w05 8/1 9 ¶1)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kh 2:1-10 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 12)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mchazele ngesifundo seBhayibheli bese umnika ikhadi elinemininingwane yesifundo samahhala seBhayibheli. (th isifundo 13)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 07 ukubuyekeza, ufundeni nomgomo (th isifundo 14)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Izingxenye Eziwusizo Zencwadi ethi Phila Kuze Kube Phakade!”: (15 imiz.) Ingxoxo. Xoxa kafushane nommemezeli oqhuba isifundo seBhayibheli ngencwadi ethi Phila Kuze Kube Phakade! Mbuze le mibuzo: Yini oyijabulele ngokusebenzisa leli thuluzi? Amavidiyo nemibuzo efuna umbono womuntu kumsiza kanjani umfundi?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 24
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 66 Nomthandazo