Septhemba 19-25
1 AMAKHOSI 13-14
Ingoma 21 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Kungani Kufanele Saneliseke Futhi Sibe Nesizotha?”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Kh 14:13—Leli vesi lisifundisani ngoJehova? (w10 7/1 29 ¶5)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kh 13:1-10 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho ukuze uqale izifundo zeBhayibheli ngesikhathi somkhankaso. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 7)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qhubeka nesifundo seBhayibheli enisiqalile lapho nixoxa okokuqala, nisebenzisa isifundo 01 sencwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 9)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 07 iphuzu 5 (th isifundo 19)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Qiniseka Ukuthi Ungabhekana Nezinkinga Zomnotho”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Yakha Indlu Eyokuma Phakade—‘Yaneliswani Izinto Ezikhona.’
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 19 amaphuzu 5-6 ukubuyekeza, ufundeni nomgomo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 56 Nomthandazo