Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Kungani Kufanele Saneliseke Futhi Sibe Nesizotha?

Kungani Kufanele Saneliseke Futhi Sibe Nesizotha?

Umprofethi kaNkulunkulu wazenqaba izipho ezibizayo zikaJerobowamu (1Kh 13:7-10; w08 8/15 8 ¶4)

Kamuva umprofethi kaNkulunkulu akasilalelanga isiqondiso sikaJehova (1Kh 13:14-19; w08 8/15 11 ¶15)

Ukungalaleli komprofethi kwaholela enhlekeleleni (1Kh 13:20-22; w08 8/15 9-10 ¶10)

Uma sanelisekile futhi sifuna isiqondiso sikaJehova lapho senza izinqumo, singagwema izinkinga eziningi zingakafiki.​—1Ti 6:8-10.

ZIBUZE: ‘Ngingabonisa kanjani ukuthi nganelisekile ngezinto enginazo ekuphileni? Ngingaba kanjani nesizotha lapho ngenza izinqumo?’—IzA 3:5; 11:2.