Septhemba 26–Okthoba 2
1 AMAKHOSI 15-16
Ingoma 73 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“U-Asa Waba Nesibindi—Ingabe Wena Unaso? (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Kh 16:34—Leli vesi liluqinisa kanjani ukholo ezwini likaJehova eliyisiprofetho? (w98 9/15 21-22)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kh 15:25–16:7 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho ukuze uqale izifundo zeBhayibheli ngesikhathi somkhankaso. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 12)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho ukuze uqale izifundo zeBhayibheli ngesikhathi somkhankaso. Yethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? (kodwa ungayidlali) (th isifundo 16)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 07 iphuzu 6 (th isifundo 6)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Amasosha KaKristu Anesibindi: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Ngemva kwalokho buza izilaleli: Ufundani esibonelweni sikaBenjamin noSruthi?
Okufezwa Inhlangano: (10 imiz.) Dlala ividiyo ka-Septhemba ethi Okufezwa Inhlangano.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 20
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 103 Nomthandazo