Okthoba 30–Novemba 5
JOBE 11-12
Ingoma 87 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Izindlela Ezintathu Zokuthola Ukuhlakanipha Futhi Uzuze Kukho”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Job 12:11—Isimiso esikuleli vesi singasisiza kanjani sithuthukise indlela esilalela ngayo? (w08 8/1 11 ¶5)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Job 12:1-25 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mchazele ngesifundo seBhayibheli futhi umshiyele ikhadi lemininingwane ye-jw.org. (th isifundo 1)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mmemele emihlanganweni yethu, wethule ividiyo ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso? (kodwa ungayidlali) bese nixoxe ngayo (th isifundo 13)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 12 ukubuyekeza, ufundeni nomgomo (th isifundo 19)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Bazali—Sizani Izingane Zenu Zithole Ukuhlakanipha KukaNkulunkulu”: (15 imiz.) Ingxoxo nevidiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) bt isahl. 1 ¶8-15, nebhokisi elisekhasini 12.
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 3 Nomthandazo