Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

Qhubeka Ubonisa Ukuthi Umthanda Kakhulu Kangakanani UJehova

Qhubeka Ubonisa Ukuthi Umthanda Kakhulu Kangakanani UJehova

[Dlala ividiyo ethi Isethulo Sencwadi KaJobe.]

USathane wamangalela uJobe ngokuthi wayekhonza futhi ethanda uJehova ngenxa yezisusa zobugovu (Job 1:8-11; w18.02 6 ¶16-17)

USathane usimangalela ngokuthi siyazenzisa lapho sithi sithanda uJehova (Job 2:4, 5; w19.02 5 ¶10)

UJehova unike ngamunye wethu ithuba lokubonisa ukuthi uSathane unamanga. (IzA 27:11) Singabonisa ukuthi simthanda kangakanani uJehova ngokumbeka kuqala ekuphileni kwethu lapho kusihambela kahle nalapho kungasihambeli kahle.