Septhemba 18-24
ESTERI 6-8
Ingoma 115 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Lokho Esikufundayo Ngokukhulumisana Okuhle”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Est 7:4—Ukubulawa kwamaJuda ‘kwakuzoyidalela kanjani inkosi umonakalo’? (w06 3/1 11 ¶1)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Est 8:9-17 (5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mmemele emhlanganweni bese wethula ividiyo ethi Kwenziwani EHholo LoMbuso? (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo (th isifundo 12)
Inkulumo: (5 imiz.) w22.01 10-11 ¶8-10—Isihloko: Fundisa Ngendlela Ephumelelayo NjengoJakobe—Fundisa Ngendlela Elula. (th isifundo 17)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Thembela KuJehova Lapho Othile Ekuxhaphaza”: (15 imiz.) Ingxoxo nevidiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 58
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 124 Nomthandazo