Septhemba 25–Okthoba1
ESTERI 9-10
Ingoma 102 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Igunya Lakhe Walisebenzisela Ukusiza Abantu BakaNkulunkulu”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Est 9:15, 16—Kungani amaJuda engazithathelanga impahla? (w06 3/1 11 ¶4)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Est 9:1-14 (th isifundo 11)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 6)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ngemva kwalokho, mnikeze incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! bese umbonisa ukuthi siqhutshwa kanjani isifundo seBhayibheli. (th isifundo 13)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 12 isethulo sengxenye ethi Funda Okwengeziwe nephuzu 4 (th isifundo 19)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Abelusi Abasebenzela Ukusiza Abantu BakaJehova”: (15 imiz.) Ingxoxo nevidiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 59 amaphuzu 1-5
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 55 Nomthandazo