Septhemba 4-10
ESTERI 1-2
Ingoma 137 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Lwela Ukuba Nesizotha Njengo-Esteri”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
Est 2:5—Ibuphi ubufakazi obubonakala busekela indaba kaMoridekayi etholakala eBhayibhelini? (w22.11 31 ¶3-6)
Imaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Est 1:13-22 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: UMbuso—Mat 6:9, 10. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kuvidiyo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnike incwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 1)
Inkulumo: (5 imiz.) w20.11 12-14 ¶3-7—Isihloko: Usizo Oluvela KuJesu nasezingelosini. (th isifundo 14)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Okushiwo Ontanga Yakho—Ukubukeka Komzimba: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Bese ubuza izilaleli: Kungani kungaba nzima ukuba nombono olinganiselayo ngendlela esibukeka ngayo?
Isimiso esitholakala encwadini yoku-1 Petru 3:3, 4 singasisiza kanjani sibe nombono olinganiselayo ngathi?
Okufezwa Inhlangano: (10 imiz.) Dlala ividiyo kaSepthemba ethi Okufezwa Inhlangano.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 56, imibhalo esekugcineni 6 no-7
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 101 Nomthandazo