Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Okthoba 14-20

IHUBO 96-99

Okthoba 14-20

Ingoma 66 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

1. “Memezelani Izindaba Ezinhle”!

(10 imiz.)

Xoxela abanye izindaba ezinhle (Hu 96:2; w11 3/1 6 ¶1-2)

Bafundise izindaba ezinhle zoSuku Lokwahlulela (Hu 96:​12, 13; w12 9/1 16 ¶1)

Bazise ngenjongo kaJehova yokugcwalisa umhlaba ngabantu abadumisa igama lakhe (Hu 99:​1-3; w12 9/15 12 ¶18-19)

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • Hu 96:1—Ezindaweni eziningi okuvela kuzo inkulumo ethi “ingoma entsha,” isuke isho ukuthini leyo nkulumo? (it-2-E 994)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Zimisele Ukusiza Abantu Babe Abafundi—Lokho UJesu Akwenza

(7 imiz.) Ingxoxo. Dlala IVIDIYO, bese nixoxa ngencwajana ethi Thanda Abantu isifundo 10 amaphuzu 1-2.

5. Zimisele Ukusiza Abantu Babe Abafundi—Lingisa UJesu

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 9

6. Izidingo Zebandla

(15 imiz.)

7. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 67 Nomthandazo