Okthoba 21-27
IHUBO 100-102
Ingoma 37 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)
1. Bonisa Ukuthi Uyabonga Ngothando LukaJehova Oluqotho
(10 imiz.)
Julisa uthando lwakho ngoJehova (Hu 100:5; w23.03 12 ¶18-19)
Gwema izinto ezingalimaza ubuhlobo bakho noJehova (Hu 101:2, 3; w23.02 17 ¶10)
Ungazihlanganisi nabantu abanyundela uJehova nenhlangano yakhe (Hu 101:5; w11 7/15 16 ¶7-8)
ZIBUZE, ‘Kungenzeka yini indlela engisebenzisa ngayo izinkundla zokuxhumana ilimaze ubuhlobo bami noJehova?’
2. Amagugu Angokomoya
(10 imiz.)
Hu 102:6—Kungani umhubi ezifanisa nenyoni okuthiwa ivuba? (it-2-E 596)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
3. Ukufundwa KweBhayibheli
(4 imiz.) Hu 102:1-28 (th isifundo 12)
4. Ukuqala Ingxoxo
(3 imiz.) ENDLINI NGENDLU. (lmd isifundo 2 iphuzu 3)
5. Ukubuyela Koxoxe Naye
(5 imiz.) ENDLINI NGENDLU. Cela ukuqhubela umuntu isifundo seBhayibheli. (lmd isifundo 9 iphuzu 4)
6. Chaza Izinkolelo Zakho
(4 imiz.) Umboniso. ijwbq 129—Isihloko: Ingabe Okubhalwe EBhayibhelini Kuye Kwashintshwa? (th isifundo 8)
Ingoma 137
7. ‘Ngibambelele Kuwe; Nawe Ungibambile’
(15 imiz.)
Ingxoxo. Dlala IVIDIYO. Ngemva kwalokho, buza izilaleli:
U-Ana walubonisa kanjani uthando oluqotho?
Singasilingisa kanjani isibonelo sakhe?
8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla
(30 imiz.) bt isahl. 17 ¶1-7