Okthoba 28–Novemba 3
IHUBO 103-104
Ingoma 30 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)
1. Uyakhumbula “Ukuthi Siluthuli”
(10 imiz.)
Uzwela lukaJehova lumenza acabangele (Hu 103:8; w23.07 21 ¶5)
Lapho senza amaphutha, akasidikili (Hu 103:9, 10; w23.09 6-7 ¶16-18)
Akalindeli okungaphezu kwamandla ethu (Hu 103:14; w23.05 26 ¶2)
ZIBUZE, ‘Ingabe umkami noma umyeni wami ngimphatha ngendlela ebonisa ukuthi ngiyamcabangela njengoba noJehova enza?’
2. Amagugu Angokomoya
(10 imiz.)
3. Ukufundwa KweBhayibheli
(4 imiz.) Hu 104:1-24 (th isifundo 11)
4. Ukuqala Ingxoxo
(3 imiz.) UKUSHUMAYELA EZINDAWENI ZOMPHAKATHI. (lmd isifundo 3 iphuzu 4)
5. Ukubuyela Koxoxe Naye
(4 imiz.) ENDLINI NGENDLU. Xoxa ngevidiyo ethi Uyamukelwa Esifundweni Sakho SeBhayibheli nomuntu owamukele isifundo seBhayibheli. (th isifundo 9)
6. Inkulumo
(5 imiz.) lmd isithasiselo A iphuzu 6—Isihloko: Umyeni Kufanele “Athande Umkakhe Njengoba Ezithanda Yena.” (th isifundo 1)
Ingoma 44
7. Ingabe Uyakwazi Ukulinganiselwa Kwakho?
(15 imiz.) Ingxoxo.
Ukunikeza uJehova okuhle kakhulu esinakho kuyamjabulisa, nathi kusenza sijabule. (Hu 73:28) Noma kunjalo, ukuzama ukwenza okuhle kakhulu singacabanganga ngokulinganiselwa kwethu kungasicindezela ngokungenasidingo futhi kusidumaze.
Dlala IVIDIYO ethi Singenza Okwengeziwe Uma Singeqisi Kulokho Esikulindele. Ngemva kwalokho, buza izilaleli:
-
Yini uJehova ayilindele kithi? (Mik 6:8)
-
Yini eyasiza udade osemusha ukuba angakhathazeki kakhulu ngokufinyelela umgomo wakhe?
8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla
(30 imiz.) bt isahl. 17 ¶8-12, ibhokisi ek. 137