Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Septhemba 30–Okthoba 6

IHUBO 90-91

Septhemba 30–Okthoba 6

Ingoma 140 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

1. Ukuze Uphile Isikhathi Eside, Thembela KuJehova

(10 imiz.)

Thina bantu asikwazi ukwelula isikhathi esisiphilayo (Hu 90:10; wp19.3 5 ¶3-5)

UJehova uphila “kusukela phakade kuze kube phakade” (Hu 90:2; wp19.1 5, ibhokisi)

Uyakwazi ukunika abathembele kuye ukuphila okuphakade futhi uyobanika (Hu 21:4; 91:16)

Ungalokothi wone ubuhlobo bakho noJehova ngokwamukela izindlela zokwelapha eziphambene nemithetho yakhe. —w22.06 18 ¶16-17.

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • Hu 91:11—Yimuphi umbono okufanele sibe nawo ngosizo lwezingelosi? (wp17.5 5)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Ukuqala Ingxoxo

(3 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Ngaphandle kokuxoxa ngeBhayibheli, zama ukuthola ukuthi yini ekhathaza umuntu oxoxa naye ukuze ukwazi ukubona ukuthi iBhayibheli lingakwenza kanjani ukuphila kwakhe kube ngcono. (lmd isifundo 1 iphuzu 3)

5. Ukuqala Ingxoxo

(4 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. (lmd isifundo 1 iphuzu 1)

6. Inkulumo

(5 imiz.) lmd isithasiselo A iphuzu 5—Isihloko: Ungaphila Phakade Emhlabeni. (th isifundo 14)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 158

7. Kwazise Ukubekezela KukaNkulunkulu Okukhulu—Indlela UJehova Abheka Ngayo Isikhathi

(5 imiz.) Ingxoxo.

Dlala IVIDIYO. Ngemva kwalokho, buza izilaleli:

  • Ukucabanga indlela uJehova abheka ngayo isikhathi kungasisiza kanjani silinde izithembiso zakhe ngokubekezela?

8. Okufezwe Inhlangano KwangoSepthemba

(10 imiz.) Dlala IVIDIYO.

9. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 68 Nomthandazo