Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Septhemba 9-15

IHUBO 82-84

Septhemba 9-15

Ingoma 80 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

Enye yamadodana kaKhora isibuka ngokulangazela isidleke senkonjane esisegcekeni lethempeli

1. Wazise Amalungelo Onawo

(10 imiz.)

Siyawazisa amalungelo enkonzo esinawo (Hu 84:​1-3; wp16.6 8 ¶2-3)

Zijabulele izabelo onazo kunokugxila kulezo ofisa ukuba nazo (Hu 84:10; w08 7/15 30 ¶3-4)

UJehova muhle kubo bonke abamkhonza ngokwethembeka (Hu 84:11; w20.01 17 ¶12)

Isabelo ngasinye sinezibusiso nezinselele. Uma ugxila ezibusisweni, ungasijabulela noma yisiphi isabelo.

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • Hu 82:3—Kubaluleke kangakanani ukubonisa ukuthi siyazithanda futhi siyazikhathalela ‘izintandane’ ezisebandleni? (it-1-E 816)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Yiba Nozwela—Lokho UJesu Akwenza

(7 imiz.) Ingxoxo. Dlala IVIDIYO, bese nixoxa ngencwajana ethi Thanda Abantu, isifundo 9 amaphuzu 1-2.

5. Yiba Nozwela—Lingisa UJesu

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 57

6. Izidingo Zebandla

(15 imiz.)

7. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 130 Nomthandazo