NgoLwesihlanu
“Uthando luyabekezela”—1 Korinte 13:4
Ekuseni
-
9:20 Ividiyo Yomculo
-
9:30 INgoma No. 66 Nomthandazo
-
9:40 INKULUMO KASIHLALO: Kungani Kufanele ‘Sibekezele’? (Jakobe 5:7, 8; Kolose 1:9-11; 3:12)
-
10:10 UCHUNGECHUNGE: “Kukhona Isikhathi Esimisiwe Sayo Yonke Into”
-
• Cabanga Ngendlela UJehova Abheka Ngayo Isikhathi (UmShumayeli 3:1-8, 11)
-
• Ukwakha Ubungani Kuthatha Isikhathi (IzAga 17:17)
-
• Ukukhula Ngokomoya Kuthatha Isikhathi (Marku 4:26-29)
-
• Ukufinyelela Imigomo Esizibekele Yona Kuthatha Isikhathi (UmShumayeli 11:4, 6)
-
-
11:05 INgoma No. 143 Nezaziso
-
11:15 UKUFUNDWA KWEBHAYIBHELI OKUSADRAMA: UDavide Walinda UJehova (1 Samuweli 24:2-15; 25:1-35; 26:2-12; Hubo 37:1-7)
-
11:45 Kwazise Ukubekezela KukaNkulunkulu Okukhulu (Roma 2:4, 6, 7; 2 Petru 3:8, 9; IsAmbulo 11:18)
-
12:15 INgoma No. 147 Nekhefu
Ntambama
-
1:35 Ividiyo Yomculo
-
1:45 INgoma No. 17
-
1:50 Lingisa Ukubekezela KukaJesu (Hebheru 12:2, 3)
-
2:10 UCHUNGECHUNGE: Lingisa Labo Okuthi Ngokubekezela Bazuze Izithembiso
-
• U-Abrahama NoSara (Hebheru 6:12)
-
• UJosefa (Genesise 39:7-9)
-
• UJobe (Jakobe 5:11)
-
• UMoridekayi No-Esteri (Esteri 4:11-16)
-
• UZakariya No-Elizabethe (Luka 1:6, 7)
-
• UPawulu (IzEnzo 14:21, 22)
-
-
3:10 INgoma No. 11 Nezaziso
-
3:20 UCHUNGECHUNGE: Lokho Indalo Engasifundisa Kona Ngokugcina Isikhathi KukaJehova
-
• Izitshalo (Mathewu 24:32, 33)
-
• Izilwane Zasolwandle (2 Korinte 6:2)
-
• Izinyoni (Jeremiya 8:7)
-
• Izinambuzane (IzAga 6:6-8; 1 Korinte 9:26)
-
• Izilwane Ezincelisayo (UmShumayeli 4:6; Filipi 1:9, 10)
-
-
4:20 “Anilwazi Usuku Noma Ihora” (Mathewu 24:36; 25:13, 46)
-
4:55 INgoma No. 27 Nomthandazo Wokuphetha