ULwesihlanu
“Siphe ukholo olwengeziwe”—Luka 17:5
EKUSENI
-
9:20 Ividiyo Yomculo
-
9:30 INgoma No. 5 Nomthandazo
-
9:40 INKULUMO KASIHLALO: Lunamandla Kangakanani Ukholo? (Mathewu 17:19, 20; Hebheru 11:1)
-
10:10 UCHUNGECHUNGE: Okwenza Sibe Nokholo . . .
-
• Lokuthi UNkulunkulu Ukhona (Efesu 2:1, 12; Hebheru 11:3)
-
• EZwini LikaNkulunkulu (Isaya 46:10)
-
• Emithethweni KaNkulunkulu Yokuziphatha (Isaya 48:17)
-
• Othandweni LukaNkulunkulu (Johane 6:44)
-
-
11:05 INgoma No. 37 Nezaziso
-
11:15 UKUFUNDWA KWEBHAYIBHELI OKUSADRAMA: UNowa—Ukholo Lwamenza Walalela (Genesise 6:1–8:22; 9:8-16)
-
11:45 Yibani ‘Nokholo Ningangabazi’ (Mathewu 21:21, 22)
-
12:15 INgoma No. 118 Nekhefu
NTAMBAMA
-
1:35 Ividiyo Yomculo
-
1:45 INgoma No. 2
-
1:50 UCHUNGECHUNGE: Yakha Ukholo Lwakho Ngokubuka Indalo
-
• Izinkanyezi (Isaya 40:26)
-
• Izilwandle (IHubo 93:4)
-
• Amahlathi (IHubo 37:10, 11, 29)
-
• Umoya Namanzi (IHubo 147:17, 18)
-
• Izilwane Zasolwandle (IHubo 104:27, 28)
-
• Imizimba Yethu (Isaya 33:24)
-
-
2:50 INgoma No. 148 Nezaziso
-
3:00 Imisebenzi KaJehova Yamandla Yakha Ukholo (Isaya 43:10; Hebheru 11:32-35)
-
3:20 UCHUNGECHUNGE: Lingisa Abanokholo, Hhayi Abangenalo Ukholo
-
• U-Abela, Hhayi UKhayini (Hebheru 11:4)
-
• U-Enoke, Hhayi ULameka (Hebheru 11:5)
-
• UNowa, Hhayi Omakhelwane Bakhe (Hebheru 11:7)
-
• UMose, Hhayi UFaro (Hebheru 11:24-26)
-
• Abafundi BakaJesu, Hhayi AbaFarisi (IzEnzo 5:29)
-
-
4:15 “Qhubekani Nihlola Ukuthi Nisokholweni Yini”—Kanjani? (2 Korinte 13:5, 11)
-
4:50 INgoma No. 119 Nomthandazo Wokuphetha