UMgqibelo
‘Lulweleni kanzima ukholo’—Jude 3
EKUSENI
-
9:20 Ividiyo Yomculo
-
9:30 INgoma No. 57 Nomthandazo
-
9:40 UCHUNGECHUNGE: Khumbula—Abantu Abangenalo Ukholo Bangaba Nalo!
-
• Abantu BaseNineve (Jona 3:5)
-
• Abafowabo BakaJesu (1 Korinte 15:7)
-
• Abantu Abavelele (Filipi 3:7, 8)
-
• Abantu Abangasonti (Roma 10:13-15; 1 Korinte 9:22)
-
-
10:30 Yakha Ukholo Usebenzisa Incwadi Ethi Phila Kuze Kube Phakade! (Johane 17:3)
-
10:50 INgoma No. 67 Nezaziso
-
11:00 UCHUNGECHUNGE: Abalweli Bokholo Abaphumelelayo
-
• Labo Abashade Nabangakholwa (Filipi 3:17)
-
• Labo Abakhuliswa Abazali Abangabodwa (2 Thimothewu 1:5)
-
• AmaKristu Angashadile (1 Korinte 12:25)
-
-
11:45 UBHAPATHIZO: Ukubonisa Ukholo Kusho Ukuphila Okuphakade! (Mathewu 17:20; Johane 3:16; Hebheru 11:6)
-
12:15 INgoma No. 79 Nekhefu
NTAMBAMA
-
1:35 Ividiyo Yomculo
-
1:45 INgoma No. 24
-
1:50 UCHUNGECHUNGE: Indlela Abafowethu Ababonisa Ngayo Ukholo . . .
-
• E-Afrika
-
• E-Asia
-
• EYurophu
-
• ENyakatho Melika
-
• E-Oceania
-
• ENingizimu Melika
-
-
2:15 UCHUNGECHUNGE: Ngokholo, Ngena Emnyango Okuvulekele Oholela Emsebenzini
-
• Funda Ulimi Olusha (1 Korinte 16:9)
-
• Thuthela Endaweni Enesidingo Esikhulu Sabamemezeli (Hebheru 11:8-10)
-
• Faka Isicelo Sokuya Esikoleni Sabashumayeli Bevangeli LoMbuso (1 Korinte 4:17)
-
• Siza Emisebenzini Yokwakha Izakhiwo EzingokwaseZulwini (Nehemiya 1:2, 3; 2:5)
-
• ‘Bekela Eceleni Okuthile’ Ukuze Wenze Umsebenzi KaJehova (1 Korinte 16:2)
-
-
3:15 INgoma No. 84 Nezaziso
-
3:20 IDRAMA ESEKELWE EBHAYIBHELINI: UDaniyeli: Wabonisa Ukholo Ukuphila Kwakhe Konke—Ingxenye I (Daniyeli 1:1–2:49; 4:1-33)
-
4:20 ‘Lulweleni Kanzima Ukholo’! (Jude 3; IzAga 14:15; Roma 16:17)
-
4:55 INgoma No. 38 Nomthandazo Wokuphetha