Thola Izimpendulo Zale Mibuzo
1. Ukubonisa kwethu ukholo kuzoba namuphi umphumela? (Joh. 3:16)
2. Singalulingisa kanjani ukholo luka-Isaka noRebheka, u-Esteri noThimothewu? (UmSh. 4:11, 12; IHu. 119:46; 2 Thim. 1:5)
3. Yini engasikhuthaza ukuba siqhubeke sishumayela naphezu kwezinselele? (2 Kor. 4:13)
4. ‘Singahamba’ kanjani “ngokholo” zonke izinsuku? (2 Kor. 5:7)
5. Kumelwe senzeni ukuze uJehova asazi? (2 Thim. 2:19; Jak. 4:6; 2 Kor. 13:5)