Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INGXENYE 2

“Efundisa . . . Futhi Eshumayela Izindaba Ezinhle”

“Efundisa . . . Futhi Eshumayela Izindaba Ezinhle”

Umbazi. Umenzi wezimangaliso. Umelaphi. UJesu wayeyikho konke lokhu nokunye. Noma kunjalo, abantu babengambizi ngala magama. Babembiza ngokuthi Mfundisi. Ngempela, umsebenzi wokuphila kwakhe ‘kwakuwukufundisa nokushumayela izindaba ezinhle.’ (Mathewu 4:23) Njengabalandeli bakaJesu, sinomsebenzi ofanayo okumelwe siwenze. Kule ngxenye, sizofunda ngesibonelo sakhe esisibonisa indlela yokuwenza.