Buyela KuJehova
UJehova uyazifuna izimvu zakhe ezilahlekile futhi ukumema ukuba ubuyele kuye.
Incwadi Evela ENdikimbeni Ebusayo
Le ncwadi evela eNdikimbeni Ebusayo inxusa labo abaye baduka ukuba babuye.
INGXENYE 1
“Elahlekile Ngiyoyifuna”
Ingabe uNkulunkulu akanalo ithemba lokuthi izimvu ezilahlekile zingabuya?
INGXENYE 2
Ukukhathazeka —“Sicindezelwe Ngazo Zonke Izindlela”
Uma uzizwa ucindezekile ngenxa yokuthi awusakwazi ukwenza owawukwazi ukukwenza ngaphambili enkozweni kaJehova, kunecebiso elilodwa elingakusiza uzuze emandleni akhe.
INGXENYE 3
Imizwa Ebuhlungu —Lapho ‘Sinesizathu Sokukhononda’
Izimiso zeBhayibheli ezintathu ezingakusiza ubhekane nobuhlungu obubangelwe umuntu okholwa naye.
INGXENYE 4
Umuzwa Wecala —“Ngihlanze Ngisho Nasesonweni Sami”
Ungakuthola kanjani ukukhululeka okubangelwa ukuba nonembeza ohlanzekile?
INGXENYE 5
Buyelani “Kumalusi Nombonisi Wemiphefumulo Yenu”
Uma ngifuna ukubuyela kuJehova yini okumelwe ngiyenze? Ibandla liyongamukela kanjani?
Isiphetho
Ingabe uke ucabange ngezikhathi ezimnandi owawuzijabulela nabantu bakaJehova?