IMikhuba Emibi
Yimiphi imikhuba emibi amaKristu okufanele ayigweme?
Inkulumo elimazayo
Mat 5:22; 1Ko 6:9, 10; Efe 4:31
Bheka nale miBhalo Eks 22:28; Shu 10:20; Jud 8
-
Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:
-
2Sa 16:5-8; 1Kh 2:8, 9, 44, 46—UShimeyi uthuka inkosi kaJehova egcotshiwe ngenxa yalokho uyajeziswa
-
Ukwamukela isifumbathiso noma ukufumbathisa
Eks 23:8; Hu 26:9, 10; IzA 17:23
Bheka nale miBhalo Dut 10:17; 16:19; Hu 15:1, 5
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
1Sa 8:1-5—Amadodana omprofethi uSamuweli awasilingisi isibonelo esihle sikayise kunalokho amukela isifumbathiso futhi enza izinqumo ezingenabulungisa
-
Neh 6:10-13—UShemaya uqashwa abaphikisi ukuba aprofethe amanga ukuze asabise uMbusi uNehemiya nokuba aphazamise umsebenzi kaJehova
-
Ukuqhosha
Bheka nesithi “UkuQhosha”
Ukuziphatha kabi okuhambisana nendelelo; ukungcola; ubufebe; ukuphinga
Bheka nesithi “UkuziPhatha Kabi Ngokocansi”
Ukuncintisana; imibango
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
Mar 9:33-37; 10:35-45—Ngokuphindaphindiwe, uJesu ukhuza abaphostoli bakhe ngokuthanda kwabo ukulwela izikhundla
-
3Jo 9, 10—UDiyotrefe uthanda ukuba “nendawo ephambili” kubafowabo
-
Ukubangela ukuhlukana; amahlelo
Rom 16:17; Gal 5:19, 20; Tit 3:10, 11; 2Pe 2:1
Bheka nale miBhalo IzE 20:29, 30; 1Ko 1:10-12; IsA 2:6, 15
Ukudakwa; ukuphuza ngokweqile
IzA 20:1; 23:20, 29-35; 1Ko 5:11; 6:9, 10
Bheka nale miBhalo Efe 5:18; 1Ti 3:8; Tit 2:3; 1Pe 4:3
Bheka nesithi “UTshwala”
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
Gen 9:20-25—UNowa uyadakwa, okwenza uHamu nendodana yakhe uKhanani ukuba benze isono esikhulu
-
Dan 5:1-6, 30—Lapho idakwe yiwayini, iNkosi uBhelishazari ithuka uJehova, okulethela yona nombuso wayo inhlekelele
-
Ukuqola abanye
Hu 62:10; 1Ko 5:10, 11; 6:9, 10
Bheka nale miBhalo IzA 1:19; 15:27
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
Jer 22:11-17—UJehova wahlulela iNkosi uShalumi (uJehowahazi) ngenxa yokuqola abanye nangenxa yezinye izono ezinkulu
-
Luk 19:2, 8—UZakewu, umqoqi wentela omkhulu, uyaphenduka ezenzweni zakhe zokuqola futhi uthembisa ukuthi uzobabuyisela labo abaqolile
-
IzE 24:26, 27—Umphostoli uPawulu akamfumbathisi uMbusi uFeliksi njengoba ebethembile
-
Ukuthopha
Job 32:21, 22; Hu 5:9; 12:2, 3; IzA 26:24-28; 29:5
Bheka nale miBhalo IzA 28:23; 1Th 2:3-6
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
Luk 18:18, 19—UJesu akavumi ukubizwa ngesiqu esimphakamisayo
-
IzE 12:21-23—INkosi uHerode Agripha iyachazeka lapho abantu beyibiza ngonkulunkulu; iyabulawa ngenxa yesono sayo
-
Ukuminza
Bheka nalo mBhalo Luk 21:34, 35
Inhlebo elimazayo; ukuba ugaxekile ezindabeni zabantu
IzA 25:23; 1Th 4:11; 2Th 3:11; 1Pe 4:15
Bheka nale miBhalo IzA 20:19; 1Ti 5:13
Ukukhonza Izithombe
Bheka nesithi “UkuKhonza Izithombe”
Ukuqamba amanga; ukungazigcini izivumelwano
Bheka nesithi “UkuQamba Amanga”
Ukuqamba amanga; ukunyundela
Bheka nesithi “UkuQamba Amanga”
Ukusebenzisa kabi igazi
Gen 9:4; Dut 12:16, 23; IzE 15:28, 29
Bheka nale miBhalo Lev 3:17; 7:26
-
Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:
-
1Sa 14:32-34—Ama-Israyeli ayona kuJehova ngokudla inyama engophiswanga
-
Ukubulala
Eks 20:13; Mat 15:19; 1Pe 4:15
Bheka nale miBhalo Mat 5:21, 22; Mar 7:21
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
Gen 4:4-16—Naphezu kokuba uJehova emluleka ngothando, uKhayini ubulala umfowabo olungile u-Abela
-
1Kh 21:1-26; 2Kh 9:26—Ngenxa yobugovu, iNkosi embi u-Ahabi neNdlovukazi uJezebeli bahlela ukubulawa kukaNabhoti namadodana akhe
-
Ukububula
Bheka nalo mBhalo Num 11:1
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
Num 14:1-11, 26-30—Ama-Israyeli abubula ngoMose no-Aroni kodwa kuJehova kufana nokuthi babubula ngaye
-
Joh 6:41-69—AmaJuda abubula ngoJesu futhi abanye babalandeli bakhe bayeka ukumlandela
-
Inkulumo ewubuwula noma amahlaya angcolile
Izincwadi, Omagazini, Amavidiyo Enzelwe Ukuvusa Imizwa Yocansi
Bheka nesithi “IziNcwadi, Omagazini, Amavidiyo Enzelwe Ukuvusa Imizwa Yocansi”
Ukuxabana
Bheka nesithi “UkuXabana”
Ukuhleka Usulu
Bheka nale miBhalo IzA 17:5; 22:10; 2Pe 3:3, 4
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
2Kr 36:15-21—Abantu bakaNkulunkulu bajeziswa kanzima ngokuhleka usulu izithunywa zakhe nabaprofethi bakhe
-
Job 12:4; 17:2; 21:3; 34:7—Ngesikhathi ebhekene novivinyo olunzima, uJobe olungile uhlekwa usulu
-
Ukweba
Bheka nesithi “UkwEba”
Izingxabano; ubudlova
Bheka nale miBhalo 1Ti 3:2, 3; Tit 1:7
-
Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:
-
Eks 21:22-27—UMthetho KaMose uthi umuntu olimaza omunye noma ambulale kufanele ajeziswe
-
Ukusongela
Bheka nale miBhalo Hu 10:4, 7; 73:3, 8
-
Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:
-
IzE 4:15-21—ISanhedrini isongela abafundi bakaJesu ukuze bayeke ukushumayela
-
Imicimbi exokozelayo
Rom 13:13; Gal 5:19, 21; 1Pe 4:3
Bheka nale miBhalo IzA 20:1; 1Ko 10:31
-
Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:
-
Dan 5:1-4, 30—INkosi uBhelishazari iphuza kakhulu iwayini ‘edilini layo elikhulu’ bese idelela uJehova okuholela ekufeni kwayo
-