Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

INdlela Okufanele AmaKristu Aziphathe Ngayo

INdlela Okufanele AmaKristu Aziphathe Ngayo

Kungani amaKristu kufanele aphile ngokuvumelana nezinkolelo zawo?

Isibonelo sikabani okufanele sisilingise?

Uba yini umphumela lapho umKristu elalela umthetho kaNkulunkulu?

ImiBhalo elandelayo ingamsiza kanjani umKristu agweme ukwenza izinto ezimbi?

IzA 4:23-27; Jak 1:14, 15

Bheka nale miBhalo Mat 5:28; 15:19; Rom 1:26, 27; Efe 2:2, 3

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Gen 3:1-6—U-Eva uvumela ukunqotshwa isilingo kunokuba asenqabe

    • Jos 7:1, 4, 5, 20-25—U-Akhani akamlaleli uJehova, ngenxa yalokho kuhlupheka abantu abaningi

ImiBhalo elandelayo ingamsiza kanjani umKristu enze okulungile?

Rom 12:2; Efe 4:22-24; Flp 4:8; Kol 3:9, 10

Bheka nale miBhalo IzA 1:10-19; 2:10-15; 1Pe 1:14-16

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Gen 39:7-12—UJosefa unqaba ukulingwa umkaPotifari

    • Job 31:1, 9-11—UJobe unquma ukungamnaki ngendlela engafanele owesifazane ongeyena umkakhe

    • Mat 4:1-11—UJesu unqaba ukulingwa uSathane

Iyiphi indlela yokucabanga engafanele umKristu okufanele ayigweme?

Bheka nesithi “INdlela Yokucabanga Engafanele

Yimiphi imikhuba emibi umKristu okufanele ayigweme?

Bheka nesithi “IMikhuba Emibi

Yiziphi izimfanelo ezinhle amaKristu okufanele abe nazo?

Ubumsulwa

2Ko 11:3; 1Ti 4:12; 5:1, 2, 22; 1Pe 3:1, 2

Bheka nale miBhalo Flp 4:8; Tit 2:3-5

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Gen 39:4-12—UJosefa uzigcina emsulwa nakuba umkaPotifari ezama ngokuphindaphindiwe ukumyenga

    • Hla 4:12; 8:6—Intombazane engumShulamiti iqotho ensizweni ethandana nayo futhi ihlale imsulwa; ayiziphathi kabi ngokocansi

Thembela kuJehova

Bheka nesithi “Thembela KuJehova

Bheka abanye njengabakhulu kunawe

Bheka nesithi “UkuThobeka

Ukwaneliseka

Bheka nesithi “UkwaNeliseka

Ukubambisana nabanye

Shu 4:9, 10; 1Ko 16:16; Efe 4:15, 16

Bheka nale miBhalo Hu 110:3; Flp 1:27, 28; Heb 13:17

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

Isibindi

Bheka nesithi “ISibindi

Ukukhuthaza abanye

Isay 35:3, 4; Rom 1:11, 12; Heb 10:24, 25

Bheka nale miBhalo Rom 15:2; 1Th 5:11

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • 1Sa 23:15-18—UJonathani ukhuthaza uDavide ngoba iNkosi uSawule ifuna ukumbulala

    • IzE 15:22-31—Indikimba ebusayo yangekhulu lokuqala ithumela incwadi ukuze ikhuthaze amabandla

Ukukhuthazela; ukuphikelela; ukuba ogxilile

Mat 24:13; Luk 21:19; 1Ko 15:58; Gal 6:9; Heb 10:36

Bheka nale miBhalo Rom 12:12; 1Ti 4:16; IsA 2:2, 3

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Heb 12:1-3—Esebenzisa isibonelo sikaJesu, umphostoli uPawulu ukhuthaza amaKristu ukuba akhuthazele

    • Jak 5:10, 11—UJakobe ukhuluma ngesibonelo sikaJobe sokukhuthazela nendlela uJehova ambusisa ngayo

Ukuthembeka kuzo zonke izinto

Luk 16:10

Bheka nale miBhalo Gen 6:22; Eks 40:16

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Dan 1:3-5, 8-20—Umprofethi uDaniyeli nabangani bakhe abathathu balalela uMthetho KaMose mayelana nokuthi kufanele badleni

    • Luk 21:1-4—UJesu ubona ukuthi umnikelo omncane owenziwe umfelokazi ohluphekayo ubonisa ukuthi unokholo oluqinile

Ukwesaba uJehova

Job 28:28; Hu 33:8; IzA 1:7

Bheka nalo mBhalo Hu 111:10

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Neh 5:14-19—UMbusi uNehemiya akalisebenzisi kabi ilungelo lakhe kubantu bakaNkulunkulu njengabanye ababusi ngoba wesaba uJehova

    • Heb 5:7, 8—UJesu uyisibonelo esihle kakhulu somuntu owesaba uNkulunkulu

Izithelo zomoya

Bheka nesithi “IziThelo Zomoya KaNkulunkulu

Ukuba nesandla esivulekile

Bheka nesithi “UKuba Nesandla Esivulekile

Ukuzinikela kuNkulunkulu

1Ti 6:6; 2Pe 2:9; 3:11

Bheka nale miBhalo 1Ti 5:4; 2Ti 3:12

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • IzE 10:1-7—UJehova uyaqaphela ukuthi uKorneliyu uyakuthanda ukuthandaza nokupha, uzinikele futhi uyamesaba uNkulunkulu nakuba engumuntu weZizwe

    • 1Ti 3:16—UJesu uyisibonelo esihle kakhulu somuntu ozinikele kuNkulunkulu

Amazwi amahle, anomusa

IzA 12:18; 16:24; Kol 4:6; Tit 2:6-8

Bheka nale miBhalo IzA 10:11; 25:11; Kol 3:8

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Hu 45:2—Isiprofetho esikhuluma ngoMesiya sibikezela ukuthi iNkosi emiswe uJehova iyokhuluma amazwi amnandi

    • Luk 4:22—Lapho abantu bezwa amazwi kaJesu anomusa bahlabeka umxhwele

Ukwethembeka

Bheka nesithi “UkweThembeka

Ukwamukela abanye ngomusa

Bheka nesithi “UkwaMukela Abanye Ngomusa

Ukuthobeka; isizotha

Bheka nesithi “UkuThobeka

Ukungakhethi

Bheka nesithi “UkungaKhethi

Ukukhuthala; ukusebenza ngomphefumulo wonke

Bheka nesithi “UmSebenzi

Ukuba qotho kuNkulunkulu

Bheka nesithi “UKuba Qotho KuNkulunkulu

Ukukhathalela abanye ngokujulile

Ubuqotho

Bheka nesithi “UbuQotho

Isihe

Bheka nesithi “ISihe

Ukulinganisela kwesikwenzayo

Ukulalela

Bheka nesithi “UkuLalela

Ukuhleleka

Gal 5:25; 1Ti 3:2

Bheka nalo mBhalo Flp 3:16

Ukuthandaza njalo

Ukulungela ukuthethelela

Bheka nesithi “UkuThethelela

Inhlonipho

Flp 2:3, 4; 1Pe 3:15

Bheka nale miBhalo Efe 5:33; 1Pe 3:1, 2, 7

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Num 14:1-4, 11—Ama-Israyeli awamhloniphi umprofethi uMose noMpristi Ophakeme u-Aroni, lokhu uJehova ukubheka njengokungahloniphi yena uqobo

    • Mat 21:33-41—UJesu usebenzisa umfanekiso ukuze abonise ukuthi yini ezokwenzeka kulabo abangazihloniphi iziprofetho zikaJehova neNdodana yaKhe

Ukuthanda uNkulunkulu; ukufuna ukwenza intando kaJehova kuqala

Mat 6:33; Rom 8:5; 1Ko 2:14-16

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Heb 11:8-10—U-Abrahama uhlala ematendeni njengesifiki ngoba uMbuso kaNkulunkulu ungokoqobo kuye

    • Heb 11:24-27—Umprofethi uMose wenza izinqumo ezibonisa ukuthi uJehova ungokoqobo kuye

Ukuzithoba

Efe 5:21; Heb 13:17

Bheka nale miBhalo Joh 6:38; Efe 5:22-24; Kol 3:18

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Luk 22:40-43—UJesu ubeka isibonelo esihle sokuthobela intando kaYise ngisho nalapho kwakusinda kwehlela

    • 1Pe 3:1-6—Umphostoli uPetru ukhumbuza amakhosikazi angamaKristu ngesibonelo sikaSara njengoba azithoba kumyeni wakhe

Ukuba nozwela

Bheka nesithi “UZwela

Ukuba neqiniso

Bheka nesithi “UkweThembeka