INduduzo
Amavesi eBhayibheli angasiduduza lapho sidikibele
Ukukhathazeka
Bheka nesithi “UkuKhathazeka”
Intukuthelo; ukubamba igqubu
Abanye bahlale bethukuthele ngenxa yobunzima ababhekana nabo noma ngenxa yokuphathwa kabi
Bheka nale miBhalo Hu 142:4; Shu 4:1; 7:7
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
ImiBhalo eduduzayo:
-
Izindaba eziseBhayibhelini eziduduzayo:
-
Rut 1:6, 7, 16-18; 2:2, 19, 20; 3:1; 4:14-16—UNawomi usondelana nabantu bakaNkulunkulu, wamukela usizo alunikezwa ngothando futhi naye usiza abanye ngemva kwalokho ukukhungatheka kwakhe kuphenduka injabulo
-
Job 42:7-16; Jak 5:11—Enokholo, uJobe uyakhuthazela futhi uJehova umbusisa kakhulu
-
Abanye abajabule ngenxa yokuphathwa kabi abanye
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
1Sa 1:6, 7, 10, 13-16—UHana uzwa ubuhlungu obukhulu ngenxa yokuphathwa kabi uPhenina, uMpristi Ophakeme u-Eli uthi udakiwe
-
Job 8:3-6; 16:1-5; 19:2, 3—Abangani abathathu bakaJobe bazibona belungile futhi bahlulela uJobe kabi, okumzwisa ubuhlungu obukhulu
-
-
ImiBhalo eduduzayo:
-
Izindaba eziseBhayibhelini eziduduzayo:
-
1Sa 1:9-11, 18—Ngemva kokuba uHana ethulule isifuba sakhe kuJehova, uzizwa engcono
-
Job 42:7, 8, 10, 17—UJehova uphinde amenze umqemane uJobe ngemva kokuba ebaxolele abangani bakhe, okumenza ajabule
-
Umuzwa wecala onamandla
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
2Kh 22:8-13; 23:1-3—INkosi uJosiya nezikhonzi zayo, bayalibona icala labo ngemva kokuba befundelwe uMthetho KaMose
-
Ezr 9:10-15; 10:1-4—Umpristi u-Ezra nabanye abantu baba nomuzwa wecala onamandla ngenxa yokuthi abanye bashade nabantu bezinye izizwe okuyinto ephambene nentando kaJehova
-
Luk 22:54-62—Umphostoli uPetru uzisola kakhulu ngemva kokuphika uJesu kathathu
-
-
ImiBhalo eduduzayo:
-
Bheka nale miBhalo Isay 38:17; Mik 7:18, 19
-
Izindaba eziseBhayibhelini eziduduzayo:
-
2Kr 33:9-13, 15, 16—UManase ubalwa phakathi kwamakhosi akwaJuda amabi kakhulu; noma kunjalo uyaphenduka futhi uboniswa umusa
-
Luk 15:11-32—UJesu ulandisa indaba yendodana yolahleko ukuze afanekise ukuthi uJehova usithethelela ngokusuka enhliziyweni futhi akabe esasikhumbula isono sethu
-
Siyadumazeka uma abanye besiphatha kabi, besizwisa ubuhlungu noma besikhohlisile
Bheka nesithi “UkuPhoxeka”
Siyadumazeka ngenxa yobuthakathaka bethu nesono esisenzayo
Bheka nesithi “UkuPhoxeka”
Ukuzibona ungento yalutho
Bheka nesithi “UkuziBona Ungento Yalutho”
Ukuzizwa singakufanelekeli ukwenza isabelo esithile noma ukuxazulula inkinga
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
ImiBhalo eduduzayo:
-
Izindaba eziseBhayibhelini eziduduzayo:
-
Eks 3:12; 4:11, 12—Ngesineke, uJehova uqinisekisa umprofethi uMose ukuthi uzomsiza esabelweni sakhe
-
Jer 1:7-10—UJehova uqinisekisa umprofethi uJeremiya ukuthi uzomsiza ukuze afeze isabelo sakhe esinzima
-
Umona; umhawu
Bheka nesithi “UMona”
Ukungakwazi ukwenza izinto ezithile ngenxa yokugula noma ngenxa yokukhula
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
2Kh 20:1-3—INkosi uHezekiya ikhala kakhulu ngenxa yokugulela ukufa
-
Flp 2:25-30—U-Ephafrodithu ucindezelekile ngenxa yokuthi ibandla lizwile ngokugula kwakhe futhi ukhathazwe ukuthi lizocabanga ukuthi uhlulekile ukufeza isabelo sakhe
-
-
ImiBhalo eduduzayo:
-
Izindaba eziseBhayibhelini eziduduzayo:
-
2Sa 17:27-29; 19:31-38—Inkosi iyamhlonipha uBharizilayi oqotho, imcela ukuba aye eJerusalema kodwa ngokuthobeka uyasenqaba isabelo ngoba eqaphela ukuthi singaphezu kwamandla akhe njengoba esemdala
-
Hu 41:1-3, 12—Ngesikhathi iNkosi uDavide igula kakhulu, ithembela kuJehova ukuthi uzoyisiza
-
Mar 12:41-44—UJesu uncoma umfelokazi ohluphekayo ngomnikelo wakhe ngoba enikele ngakho konke abenakho
-
Ubuhlungu obungokomzwelo obungapheli obubangelwa ukuphathwa kabi abanye
Bheka nesithi “UkuPhathwa Kabi”
Ukwethuka; ukwesaba
Bheka nesithi “UkweSaba”
Ushushiso
Bheka nesithi “UShushiso”