IsiYalo
Kungani iBhayibheli liwumthombo ongcono kakhulu wesiyalo?
Kungani sonke sisidinga isiqondiso nokulungiswa?
Isiyalo esivela kuJehova siwubufakazi bani?
Bheka nale miBhalo Dut 8:5; IzA 13:24; IsA 3:19
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
2Sa 12:9-13; 1Kh 15:5; IzE 13:22—UJehova uyala iNkosi uDavide ngothando futhi uyayithethelela nakuba yenze izono ezinkulu
-
Jon 1:1-4, 15-17; 3:1-3—UJehova unikeza umprofethi uJona isiyalo ngenxa yokubalekela isabelo sakhe kodwa uphinde amnike elinye ithuba lokusifeza
-
Kungani kuwukuhlakanipha ukungasithathi kalula isiyalo esivela kuNkulunkulu?
IzA 9:8; 12:1; 17:10; Heb 12:5, 6
Bheka nalo mBhalo 2Kr 36:15, 16
Yini engase yenzeke kulabo abangasilaleli isiyalo sikaNkulunkulu?
IzA 1:24-26; 13:18; 15:32; 29:1
Bheka nalo mBhalo Jer 7:27, 28, 32-34
Kusizuzisa ngani ukulalela isiyalo sikaJehova?
IzA 4:13; 1Ko 11:32; Tit 1:13; Heb 12:10, 11
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
Dut 30:1-6—Umprofethi uMose utshela abantu ngezibusiso ezizotholwa yilabo abalalela isiyalo sikaJehova futhi bafunde kuso
-
2Kr 7:13, 14—UJehova utshela iNkosi uSolomoni ngemiphumela emihle yokulalela isiyalo saKhe
-
Kungasizuzisa kanjani ukufunda esiyalweni esinikezwa abanye?
Kungani kungafanele sijabule lapho abanye bethola isiyalo esiqinile?
Yini okumele siyenze uma sifuna ukuzuza esiyalweni nasekulungisweni uNkulunkulu?
Bheka nale miBhalo Dut 17:18, 19; Hu 119:97
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
1Kr 22:11-13—INkosi uDavide ithembisa indodana yayo uSolomoni ukuthi uJehova uzoyibusisa uma nje ilandela isiqondiso saKhe ngokucophelela
-
Hu 1:1-6—UJehova uthembisa ukuthi uzobabusisa labo abafunda umthetho wakhe futhi bazindle ngawo
-
Kungani abazali abazithandayo izingane zabo beziyala?
Bheka nesithi “AbaZali”
Kufanele zenzenjani izingane lapho abazali bazo beziyala?
Bheka nesithi “UMndeni—Amadodana Namadodakazi”