Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UkuKhathazeka

UkuKhathazeka

Ingabe uyakhathazeka ngenxa yezinkinga ezifana nokuhlupheka, indlala nokuswela indawo yokuhlala?

IzA 10:15; 19:7; 30:8

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • IsiL 3:19—Ngemva kokubhujiswa kweJerusalema, umprofethi uJeremiya usala engenalo ikhaya kanye nabanye abantu abaningi

    • 2Ko 8:1, 2; 11:27—AmaKristu aseMakedoniya abhekana nokuhlupheka okukhulu, ngezinye izikhathi umphostoli uPawulu akabi nakho ukudla, izingubo zokugqoka nendawo yokuhlala

  • ImiBhalo eduduzayo:

Uke ukhathazeke yini ngenxa yokwesaba ukungabi nabangani, ukuba wedwa noma ukungathandwa?

Job 19:19; Shu 4:10, 12

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • 1Kh 18:22; 19:9, 10—Umprofethi u-Eliya ubona sengathi nguyena kuphela inceku ethembekile kaJehova esisele

    • Jer 15:16-21—Umprofethi uJeremiya uzizwa eyedwa phakathi kwabantu abathanda ubumnandi, abangenandaba nomyalezo wakhe ovela kuJehova

  • ImiBhalo eduduzayo:

  • Izindaba eziseBhayibhelini eziduduzayo:

    • 1Kh 19:1-19—UJehova unikeza umprofethi u-Eliya ukudla namanzi, uyamlalelisisa lapho emtshela ngezinto ezimkhathazayo umbonisa nokuthi unawo amandla okumsiza

    • Joh 16:32, 33—UJesu uyazi ukuthi abaningi bazomshiya kodwa uyazi nokuthi ngeke abe yedwa