Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UkuSuswa

UkuSuswa

Kungani abadala abangamaKristu kumele baqaphe ukuthi ibandla lihlala lihlanzekile?

Ukuziphatha kabi kwelungu lebandla kungalithinta kanjani ibandla lilonke?

1Ko 5:1, 2, 5, 6

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Jos 7:1, 4-14, 20-26—U-Akhani nomndeni wakhe bona, ngenxa yalokho sonke isizwe savelelwa inhlekelele

    • Jon 1:1-16—Ukungalaleli kukamprofethi uJona kufaka engcupheni izimpilo zabo bonke abasemkhunjini kanye naye

Ukuziphatha okunjani okungeke kubekezelelwe ebandleni lobuKristu?

Yini okumele yenziwe ngommemezeli obhapathiziwe ongayeki ukwenza isono esibi?

1Ko 5:11-13

Bheka nalo mBhalo 1Jo 3:4, 6

Iyiphi imininingwane abadala okufanele bayithole kuqala ngaphambi kokwahlulela?

Abadala abazoba sekomitini bathola kanjani ukuthi kunesono esibi esenziwe?

Kungani abanye kudingeka basuswe noma basolwe futhi lokhu kulizuzisa kanjani ibandla?

IBhayibheli lithi kufanele sibaphathe kanjani labo abasusiwe?

Uma umuntu osusiwe ephenduka ngokuhamba kwesikhathi, angaphinde abe yini ilungu lebandla?

2Ko 2:6, 7

Bheka nesithi “UkuPhenduka

Yini sonke esingayenza ukuze sigcine ibandla lihlanzekile?

Kungani kungaba yiphutha ngomKristu owenza isono esibi ukuyifihla indaba, mhlawumbe ngoba esaba ukususwa?

Ngezinye izikhathi kungani kungaba ukuhlakanipha ukungazihlanganisi njalo nomuntu ongasusiwe?

Uma umKristu enyundeliwe noma ekhohlisiwe, yini angakhetha ukuyenza futhi kungani?

Kungani amaKristu angomakad’ ebona esiza labo abangenzi ngokuhlakanipha?