UKuthula
Yini ebonisa ukuthi uJehova uyakuthanda ukuthula?
Singakulwela kanjani ukuba nokuthula nabanye ngisho nakakhulu?
Hu 119:165; Isay 48:17, 18; Rom 12:17-21; Flp 4:6-9
Bheka nale miBhalo Joh 16:33; Efe 6:14, 15; Kol 3:15
-
Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:
-
Gen 32:9-21; 33:1-4—UJakobe uzama kanzima ukuze abe nokuthula nomfowabo u-Esawu
-
Mat 5:23-26—UJesu uchaza ukubaluleka nezinzuzo zokwenza ukuthula
-