Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UkuziPhatha Kabi Ngokocansi

UkuziPhatha Kabi Ngokocansi

Ukuziphatha okubi okuhambisana nendelelo; ukungcola; ukuphinga

Eks 20:13-17; Mar 7:21-23; 1Ko 6:9, 10, 18; Gal 5:19, 21; Efe 5:5; 1Pe 4:3

Bheka nale miBhalo Lev 20:10; IzA 6:32; Rom 13:13; Efe 4:19; 5:3; 2Pe 2:2, 7, 8, 18, 19

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Gen 39:7-12—UmkaPotifari ulokhu ezama ukuyenga uJosefa ukuba alale naye kodwa uyenqaba

    • 2Sa 12:7-14—Ngemva kokuba iNkosi uDavide iphinge noBhati-sheba, umndeni wayo waba nezinkinga iminyaka eminingi