Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UkweSaba

UkweSaba

Ukwesaba okukhwantabalisayo; uvalo

Dut 20:8; Hlu 7:3; IzA 29:25

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Eks 32:1-4, 21-24—U-Aroni unqotshwa ukwesaba abantu lapho bemcindezela ukuba abenzele isithombe sethole legolide

    • Mar 14:50, 66-72—Abaphostoli balahla uJesu futhi bayabaleka ngenxa yokuthi besaba abantu, kamuva uPetru uphika uKristu

  • ImiBhalo eduduzayo:

  • ImiBhalo eduduzayo:

    • 2Kr 20:1-17, 22-24—INkosi uJehoshafati nabo bonke abantu bakaNkulunkulu bangenwa amanzi emadolweni ngenxa yezitha ezinamandla kodwa uJehova uyabakhuthaza futhi uyazisindisa izinceku zaKhe

    • Luk 12:4-12—UJesu ufundisa abalandeli bakhe ukuthi kungani kungafanele besabe abantu noma bakhathazwe ukuthi bazothini lapho izikhulu zibahloma ngemibuzo ngoba uJehova uzobasiza