Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UNembeza

UNembeza

Yini ebonisa ukuthi uJehova unike wonke umuntu unembeza?

Rom 2:14, 15

Bheka nalo mBhalo 2Ko 4:2

Yini engenzeka kunembeza uma umuntu eqhubeka enza okungalungile?

1Ti 4:2; Tit 1:15

Bheka nalo mBhalo Heb 10:22

Kwanele yini ukucabanga ukuthi esikwenzayo kulungile?

Joh 16:2, 3; Rom 10:2, 3

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • 2Kr 18:1-3; 19:1, 2—Ngobuwula, iNkosi uJehoshafati isiza inkosi ekhohlakele u-Ahabi ngenxa yalokho uJehova uyayithukuthelela

    • IzE 22:19, 20; 26:9-11—Umphostoli uPawulu ukhumbula isikhathi ayecabanga ukuthi kulungile ukushushisa nokubulala abalandeli bakaKristu

Ungaqeqeshwa kanjani unembeza ngendlela efanele?

2Ti 3:16, 17; Heb 5:14

  • Isibonelo esiseBhayibhelini esingakusiza:

    • 1Sa 24:2-7—Unembeza weNkosi uDavide uyenza iphathe kahle ogcotshiwe kaJehova, iNkosi uSawule

Abantu abanesono bangaba kanjani nonembeza ohlanzekile phambi kukaNkulunkulu?

Efe 1:7; Heb 9:14; 1Pe 3:21; 1Jo 1:7, 9; 2:1, 2

Bheka nalo mBhalo IsA 1:5

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Isay 6:1-8—UJehova uqinisekisa umprofethi u-Isaya ngokuthi izono zakhe zingathethelelwa

    • IsA 7:9-14—Labo abayingxenye yesixuku esikhulu banobudlelwane obuhle noJehova ngenxa yomhlatshelo kaKristu

Kungani kungafanele sisishaye indiva isiqondiso sikanembeza oqeqeshwe ngeZwi LikaNkulunkulu?

IzE 24:15, 16; 1Ti 1:5, 6, 19; 1Pe 3:16

Bheka nalo mBhalo Rom 13:5

  • Izibonelo eziseBhayibhelini ezingakusiza:

    • Gen 2:25; 3:6-13—U-Adamu no-Eva abawulaleli unembeza wabo, kamuva baba namahloni ngenxa yokungamlaleli uNkulunkulu

    • Neh 5:1-13—UMbusi uNehemiya uzama ukuthinta onembeza bamaJuda akubo, angayinaki imithetho kaNkulunkulu nabiza inzalo ephezulu kakhulu

Kungani kufanele sicophelele ukuba singamkhubi umfowethu noma udadewethu ononembeza ongakaqeqeshwa kahle?

Yimuphi umgomo okufanele sibe nawo ngokuphathelene nonembeza bethu?